"yamalevi"
12 occurrences in ZUL
UKhenaniya induna yamaLevi wayephethe umsebenzi wokuthwala ; wayefundisa ukuthwala ngokuba wayekwazi.
Amadodana kaMerari: ngoMaheli noMushi . Nansi imindeni yamaLevi njengezindlu zawoyise:
nime endaweni engcwele njengamaqembu ezindlu zawoyise babafowenu , abantu besizwe, yilelo nalelo libe nesigaba sendlu kayise yamaLevi.
nakuwo amaNethini uDavide nezikhulu ababewanikele enkonzweni yamaLevi amaNethini angamakhulu amabili namashumi amabili , abizwa onke ngamagama.
Abantwana bakwaGereshoni bemindeni yamaLevi babelwa kuyo inxenye yesizwe sakwaManase iGolanu eBashani namadlelo alo, umuzi wokuphephela wombulali, neBeyeshitera namadlelo alo, imizi mibili.
Yonke imizi yabantwana bakwaMerari ngemindeni yabo , imindeni eseleyo yamaLevi, isabelo sabo sasiyimizi eyishumi nambili.
Yonke imizi yamaLevi phakathi kwefa labant wana bakwa -Israyeli yayiyimizi engamashumi amane nesishiyagalombili namadlelo ayo.
Kodwa imizi yamaLevi , izindlu zemizi yefa lawo amaLevi angazihlenga noma nini.
Uma umLevi engahlengi , indlu okwathengiswa ngayo nomuzi wefa lakhe kuyakuphuma ngejubili, ngokuba izindlu zemizi yamaLevi ziyifa lawo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli.
Abantwana babahlabeleli babuthana bevela ethafeni elalizungeza iJerusalema nasemizaneni yamaLevi,
Nansi imindeni yamaLevi : ngumndeni wakwaLibini , nomndeni wakwaHebroni, nomndeni wakwaMaheli, nomndeni wakwaMushi, nomndeni wakwaKora. UKohati wazala u-Amramu.
Namadodana kaMerari ngemindeni yawo: oMaheli noMushi . Leyo iyimindeni yamaLevi ngezindlu zawoyise.