Skip to Content

"yenzuzo"

5 occurrences in ZUL

1 kaPetru 5:2

Yalusani umhlambi kaNkulunkulu ophakathi kwenu , kungabi ngokucindezelwa kodwa ngokwentando kaNkulunkulu , kungabi ngenxa yenzuzo eyihlazo kodwa ngenhliziyo evumayo,

1 kuThimothewu 6:5

nokuxabana kwabantu abangqondo yabo yonakele, abamukwe iqiniso, bethi ukumesaba uNkulunkulu kuyindlela yenzuzo.

2 kwabaseKorinte 2:17

Ngokuba asinjengabaningi abonakalisa izwi likaNkulunkulu ngenxa yenzuzo, kodwa njengaba qotho, njengabavela kuNkulunkulu sikhuluma phambi kukaNkulunkulu sikuKristu.

EkaJuda 1:16

Yilabo abakhononayo nabasolayo , behamba ngezinkanuko zabo , umlomo wabo ukhuluma uwangala, betusa ubuso ngenxa yenzuzo. UJuda ululeka ukuba baqine ekukholweni

KuThithu 1:11

abamelwe ukuthuliswa , abachitha indlu iphela , befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.