Skip to Content

"yesikhumba"

6 occurrences in ZUL

ULevitikusi 13:49

uma ibala liluhlazana noma libomvana engutsheni noma esikhumbeni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo n oma entweni yesikhumba , kuyisifo sochoko, siyakuboniswa umpristi.

ULevitikusi 13:52

Woshisa ingubo, noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo, noma eyoboya bezimbuzi noma eyelineni , noma into yesikhumba esikuyo isifo , ngokuba kuluchoko olubi; kuyakushiswa ngomlilo.

ULevitikusi 13:53

Uma umpristi ebheka , isifo singandile engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba,

ULevitikusi 13:57

uma lisabonakala engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba , wokushisa ngomlilo lokho isifo esikukho.

ULevitikusi 13:58

Ingubo noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo noma intoni yesikhumba oyakuyihlanza, uma ibala lisuka kukho, kohlanzwa ngokwesibili, kuhlambuluke.

ULevitikusi 13:59

Lowo ungumthetho wesifo sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni ez iqondileyo n oma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba wokusho ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.