"yinsindiso"
9 occurrences in ZUL
nokuthi kusukela ebuntwaneni w azi imibhalo engcwele enamandla okukuhlakaniphisa, kube yinsindiso ngokukholwa kuKristu Jesu.
UJehova ungamandla ami nesihlabelelo sami, waba yinsindiso yami.
Ngiyakukudumisa, ngokuba ungizwile, waba yinsindiso yami.
Ngokuba iNkosi isiyalezile kanjalo ukuthi : Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba.
Ngokuba anginamahloni ngevangeli ; ngokuba lingamandla kaNkulunkulu , kube yinsindiso kulowo nalowo okholwayo, kumJuda kuqala, nakumGreki.
UJehova ungamandla ami nehubo lami ; waba yinsindiso kimi ; unguNkulunkulu wami : ngizakumdumisa, noNkulunkulu kababa : ngizakumphakamisa.
Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami ; nginethemba, angesabi, ngokuba uJehova, uJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami.
yebo, uthi: Kuyinto elula ukuba ube yinceku yam i ukuvusa izi zwe zakwaJakobe, nokubuyisa abaseleyo bakwa-Israyeli; ngalokho ngiyakukubeka ube ngukukhany a kwabezizwe , ube yinsindiso yami kuze kube semkhawulweni womhlaba.
Lokhu kuyakuba yinsindiso yam i ukuthi ongenaNkulunkulu akezi phambi kwakhe.