"yisikhulu"
13 occurrences in ZUL
Nokho angiyikususa wonke umbuso esandleni sakhe, kepha ngiyakumenza abe yisikhulu zonke izinsuku zokuhamba kwakhe ngenxa kaDavide inceku yami engamkhethayo, owagcina imiyalo yami nezimiso zami;
Kulaba abathathu wayetusekile kunababili , waba yisikhulu sabo , kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala.
Wayengengotusekayo phakath i kwamashumi amathathu na ? Ngalokho waba yisikhulu sabo, kepha akafinyelelanga nokho kwabathathu bokuqala.
Mina Jehova ngiyakuba nguNkulunkulu wazo , inceku yami uDavide ibe yisikhulu phakathi kwazo; mina Jehova ngikhulumile.
Bayakuhlala ez weni engilinike inceku yami uJakobe , ababehlala kulo oyihlo; bayakuhlala kulo, bona nabantwana babo , nabantwana babantwana babo kuze kube phakade, uDavide inceku yami abe yisikhulu sabo kuze kube phakade.
Esizweni sabantwana bakwaDani: yisikhulu uBuki indodana kaJogili.
Kubantwana bakwaJosefa : esizweni sabantwana bakwaManase : yisikhulu uHaniyeli indodana ka-Efodi.
Esizweni sabantwana bakwa -Efrayimi: yisikhulu uKemuweli indodana kaShifethani.
Esizweni sabantwana bakwa Zebuloni: yisikhulu u-Elisafani indodana kaParinaki.
Esizweni sabantwana bakwa -Isakare: yisikhulu uPalitiyeli indodana ka - Azani.
Esizweni sabantwana bakwa Asheri : yisikhulu u -Ahihudi indodana kaShelomi.
Esizweni sabantwana bakwaNafetali : yisikhulu uP edaheli indodana ka - Amihudi.
U-Eleyazare indodana ka -Aroni umpristi uyakuba yisikhulu sezikhulu zamaLevi, abonise abagcina inkonzo yendlu engcwele.