"ziphonse"
3 occurrences in ZUL
NgokukaLuka 4:9
Wayesemholela eJerusalema, wammisa esiqongweni sethempeli, wathi kuye: Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi lapha,
NgokukaMathewu 4:6
wathi kuye : Uma uyiNdodana kaNkulunkulu , ziphonse phansi ; ngokuba kulotshiwe ukuthi : Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe , zikuthwale ngezandla, ungaze waqhuzuka etsheni ngonyawo lwakho.
UZakariya 11:13
Wathi kimi uJehova : Ziphonse kumbumbi, inani elikhulu engilinganisiwe nalo yibo . Ngazamukela izinhlamvu ezingamashumi amathathu zesiliva , ngaziphonsa kumbumbi endlini kaJehova.