"ziwile"
4 occurrences in ZUL
IsiLilo 2:21
Balele phansi ezitaladini, abasha nabadala. Izintombi zami nezinsizwa zami ziwile ngenkemba . Wababulala ngosuku lwentukuthelo yakho , wabulala ungahawukelanga.
U-Isaya 9:10
Izitini ziwile , kepha siyakwakha ngamatshe abaziweyo ; imithombe igawuliwe, kepha siyakutshala imisedari ezikhundleni zayo.
UJeremiya 13:18
Yisho kuyo inkos i nakuyo indlovukazi ukut hi: Hlalani phansi ngokuzithoba, ngokuba izigqoko zenu ziwile phansi , umqhele wodumo lwenu.
UJeremiya 50:15
Memezani kulo nxazonke ; lizinikele, izisekelo zalo ziwile , izingange zalo zidiliziwe, ngokuba kuyimpindiselo kaJehova ; phindiselani kulo, nenze kulo njengokwenza kwalo.